UNehemiya 9:28 - Contemporary Zulu Bible 202428 Kodwa sebephumule, baphinda benza okubi phambi kwakho; ngalokho ubashiye esandleni sezitha zabo ukuba zibuse phezu kwabo; wabahlenga kaningi ngokobubele bakho; Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE28 “Kepha sebephumulile, babuye benza okubi ebusweni bakho; wawusubashiya esandleni sezitha zabo, zaze zabusa phezu kwabo; kodwa lapho bebuye bekhala kuwe, wena wabezwa usezulwini, wabophula kaningi ngomusa wakho omkhulu, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202028 “Kepha kuthe sebehleli ngokuthula, babuye benza okubi emehlweni akho. Wawusubayekela ezitheni zabo ukuze zibabuse. Kwathi lapho sebekunxusa, wabezwa usezulwini, ngesihawu sakho wabakhulula futhi. Uka jalj uñjjattʼäta |