Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 7:60 - Contemporary Zulu Bible 2024

60 Zonke izinceku zethempelini nabantwana bezinceku zikaSolomoni zazingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye nambili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

60 Onke amaNethini* nabantwana bezinceku zikaSolomoni babe ngamakhulu amathathu namashumi ayisihiyagalolunye nambili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

60 Izisebenzi zasethempelini, abozalo lwezisebenzi zikaSolomoni, babengama-392.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 7:60
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abakhileyo kuqala emafeni abo emizini yabo kwakungu-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini.


Zonke izinceku zethempelini nabantwana bezinceku zikaSolomoni zazingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye nambili.


abantwana bakwaShefathiya, abantwana bakwaHathili, abantwana bakwaPogereti Sebayimi, abantwana bakwa-Amoni.


Yibo futhi abakhuphuka besuka eThelimela, naseTheli-Haresa, naseKherubi, nase-Adoni, nase-Imeri, kodwa babengenakukwazisa indlu kayise nenzalo yabo, uma babevela kwa-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka