UNehemiya 6:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Kulotshiwe kulo ukuthi: Kuzwakele kwabezizwe, noGasmu usho lokhu ukuthi wena nabaJuda nicabanga ukuhlubuka; ngalokho ulwakhile ugange, ukuze ube yinkosi yabo ngokwalawa mazwi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Kwakulotshwe kuyo ukuthi: “Kuzwakele ezizweni, naye uGashimu uthi wena nabaJuda nihlose ukuhlubuka, okungalokho uvusa ugange, ube yinkosi yabo; yebo, anjalo amazwi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 Kwakulotshwe kuyo ukuthi: “Kunamahlebezi ezizweni athi wena nabaJuda niceba ukuvukela inkosi, yingakho wakha kabusha ugange nje; ngokwalowo mbiko wena uzoba yinkosi yabo, noGashimu uyawafakazela lawo mahlebezi. Uka jalj uñjjattʼäta |