UNehemiya 5:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Ngaphezu kwalokho, kusukela esikhathini engamiswa ngaso ukuba ngibe ngumbusi wabo ezweni lakwaJuda, kusukela ngomnyaka wamashumi amabili kwaze kwaba ngumnyaka wamashumi amathathu nambili ka-Aritahishashita inkosi, iminyaka eyishumi nambili, mina nabafowethu asizange sisidle isinkwa sombusi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Futhi kusukela osukwini engamiswa ngalo ukuba ngibe ngumbusi wabo ezweni lakwaJuda, kwasemnyakeni wamashumi amabili kuze kube semnyakeni wamashumi amathathu nambili ka-Aritahishashita inkosi, iminyaka eyishumi nabili, mina nabafowethu asidlanga isinkwa sombusi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 Kusukela ngosuku inkosi u-Arithahishashitha eyangibeka ngalo ngaba ngumbusi wabo ezweni lakwaJuda, ngonyaka wama-20 wokubusa kwayo, kuze kube ngunyaka wama-32, okuyiminyaka eli-12 isiyonke, mina nabafowethu asidlanga sabelo sombusi. Uka jalj uñjjattʼäta |