Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 4:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngathi ezikhulwini nasezinduneni nakubo bonke abanye abantu: “Umsebenzi mkhulu, mkhulu, sahlukanisiwe odongeni, omunye kude nomunye;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngokuba ngangithe kwabakhulu nakubabusi nakwabanye abantu: “Umsebenzi mkhulu, ubanzi, sahlukene ogangeni, omunye ukude nomunye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 Ngathi kubaholi nezikhulu nakubantu: “Umsebenzi mkhulu, wendlalekile, thina siqhelelene kakhulu ogangeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 4:19
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kubakhi, yilowo nalowo wabhinca inkemba yakhe okhalweni lwakhe, bakha kanjalo. Futhi owayeshaya icilongo wayenami.


Nomaphi lapho nizwa khona ukukhala kwecilongo, niye khona; uNkulunkulu wethu uyakusilwela.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka