Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi lapho izitha zethu zizwa ukuthi kwaziwa yithi nokuthi uNkulunkulu walichitha icebo lazo, sabuyela sonke odongeni, kwaba yilowo nalowo emsebenzini wakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kwathi izitha zethu sezizwile ukuthi kwazeke kithi nokuthi uNkulunkulu wayeshafisile icebo labo, sabuyela sonke ogangeni, kwaba yilowo nalowo emsebenzini wakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Izitha zethu zezwa ukuthi sesizwile ngozungu lwazo, nokuthi uNkulunkulu uliphunzisile icebo lazo. Sonke sabuyela ogangeni, kwayilowo nalowo emsebenzini wakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 4:15
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwasekubikelwa uDavida, kwathiwa: UAhithofeli uphakathi kwamagobe kaAbisalomu. UDavide wathi: “Jehova, guqula icebo lika-Ahithofeli libe ubuwula.


U-Abisalomu nawo onke amadoda akwa-Israyeli bathi: “Iseluleko sikaHushayi um-Arki singcono kuneseluleko sika-Ahithofeli. Ngokuba uJehova wanquma ukuchitha iseluleko esihle sika-Ahithofeli, ngenjongo yokuthi uJehova uzomehlisela okubi u-Abisalomu.


Kusukela ngaleso sikhathi inxenye yezinceku zami yenza umsebenzi, enye ingxenye yazo yaphatha imikhonto, nezihlangu, neminsalo, nabaninindlu; izikhulu zazilandela yonke indlu yakwaJuda.


Akukho kuhlakanipha, nokuqonda, nasiluleko esingamelana noJehova.


echitha izibonakaliso zabaqamba amanga, ehlanyisa abahlola imihlola; ababuyisela emuva abahlakaniphileyo, benze ulwazi lwabo lube buthutha;


Celanani icebo, kepha liyachitheka; khulumani izwi, kodwa aliyikuba, ngokuba uNkulunkulu unathi.


Ngokuba iNdodana yomuntu injengomuntu owahambela kude, owashiya indlu yakhe, wanika izinceku zakhe amandla, kwaba yileyo naleyo umsebenzi wayo, yayala umlindisango ukuthi alinde.


Lingavilaphi emsebenzini; ovuthayo emoyeni; ukukhonza iNkosi;


nokuba nikhuthalele ukuthula, nenze izindaba zenu, nokusebenza ngezandla zenu, njengalokho saniyala;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka