UNehemiya 3:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 ISango Lomquba lalilungiswa nguMalikiya, indodana kaRekabi, umbusi wesifunda saseBeti Hakeremi; walakha, wamisa izivalo zalo nezihluthulelo zalo nemigoqo yalo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 ISango Lomquba lalungiswa nguMalikhiya, indodana kaRekabi, umbusi wesifunda saseBeti Hakeremi; walakha, wamisa izivalo zalo nezihluthulelo zalo nemigoqo yalo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 ISango Lomquba lakhiwa kabusha nguMalikhija, indodana kaRekhabhi, umbusi wesifunda eBhethi Hakhiheremi. Wamisa amasango ezindaweni zawo, wafaka imigoqo nezihluthulelo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Esesukile lapho, wathungela uJonadaba indodana kaRekabi owafika ukumhlangabeza; wambingelela, wathi kuye: Inhliziyo yakho ilungile yini, njengoba inhliziyo yami injalo enhliziyweni yakho? UJonadaba waphendula wathi: “Kunjalo.” Uma kunjalo, nginike isandla sakho. Wamnika isandla sakhe; wamyisa kuye enqoleni.