UNehemiya 13:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Wamlungisela ikamelo elikhulu, lapho ababebeke khona iminikelo yomlilo ngaphambili, impepho, nezitsha, nokweshumi kukakolweni, newayini, namafutha, okwakumelwe kunikwe amaLevi, nabahlabeleli. Nabalindisango; neminikelo yabapristi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 wayemlungisele ikamelo elikhulu, lapho kade bebeka khona iminikelo yempuphu, nenhlaka, nezitsha, nokweshumi kwamabele, newayini, namafutha, okwakunqunyelwe ngomthetho amaLevi, nabahlabeleli, nabalindisango, kanye neminikelo yabapristi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 walungisela uThobiya igumbi elikhulu lapho kwakubekwa khona umnikelo wokusanhlamvu, impepho, izitsha, okweshumi kokusanhlamvu, iwayini, amafutha, okwakunikwe ngokomthetho abaLevi, abaculi, abalindisango neminikelo yabaphristi. Uka jalj uñjjattʼäta |