13 noHodiya, noBani, noBeninu.
13 uHodiya, uBhani noBheninu.
Amadodana omkakhe uHodiya, udadewabo kaNahamu, uyise kaKehila umGarmi, no-Estemowa umMahaga.
u-Uthayi indodana ka-Amihudi indodana ka-Omri indodana ka-Imri indodana kaBani emadodaneni kaPheresi indodana kaJuda.
uZakuri, uSherebiya, uShebaniya,
Inhloko yabantu; noPharoshi, noPhahati Mowabi, no-Elamu, noZathu, noBani,
Umbonisi wamaLevi eJerusalema kwakungu-Uzi indodana kaBani indodana kaHashabiya indodana kaMathaniya indodana kaMika. Kumadodana ka-Asafa kwakukhona abahlabeleli ngomsebenzi wendlu kaNkulunkulu.