Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNahume 2:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ingonyama idwengule izicucu okwanele amawundlu ayo, iklimele izingonyamakazi zayo, igcwalise imigodi yayo ngempango, nemihume yayo ngemifantu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ingonyama yadwengula okwanele amabhongo ayo, yabindela izingonyamakazi zayo; yagcwalisa imiphandu yayo ngempango nemigede yayo ngengcugco.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Ingonyama yadwengula okwanele amawundlu ayo, yakubamba entanyeni okwengonyamakazi yayo, yagcwalisa umgodi wayo ngenyamazana, umphandu wayo ngenyama edwenguliwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNahume 2:12
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngoba, uHusayi wathi, wena uyamazi uyihlo labantu bakhe ukuthi bangamaqhawe, futhi bachothozekile ezinhliziyweni zabo njengebhere eliphucwe amawundlu alo egangeni; futhi uyihlo uyindoda yempi futhi akafuni ukulala nabantu.


Njengengonyama ehahela impango, nanjengebhongo lengonyama elicasha ezindaweni zokucasha.


UNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wangidla, wangichoboza, wangenza isitsha esingenalutho, wangidla njengodrako, wagcwalisa isisu sakhe ngezibiliboco zami, wangixosha.


Iphi indawo yokuhlala yezingonyama nedlelo lamabhongo ezingonyama, lapho kwahamba khona ingonyama, yebo, nebhongo lengonyama, newundlu lengonyama, kungekho obesabisa na?


Bhekani, ngimelene nani, usho uJehova Sebawoti, ngishise izinqola zalo zibe ngumusi, nenkemba idle amabhongo enu ezingonyama; ngiyakunquma impango yakho emhlabeni, nezwi lezithunywa zakho alisayikuzwakala.


Bheka, abantu bayakuvuka njengengonyama enkulu, baziphakamise njengebhongo lengonyama;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka