Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UmShumayeli 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ogcina umyalo akayikuzwa okubi; futhi inhliziyo yomuntu ohlakaniphileyo iyasiqonda isikhathi kanye nokwahlulela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ogcina umyalo akayikwazi okubi: nenhliziyo yohlakaniphileyo iyakwazi isikhathi nokwahlulela,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Lowo ohlonipha umyalo akayukwehlelwa ngokubi, ingqondo yohlakaniphileyo iyasiqonda isikhathi esifanele nokwehlulela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UmShumayeli 8:5
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kubantwana bakwa-Isakare, ababekwazi ukuqonda izikhathi, ukwazi okufanele u-Israyeli akwenze; amakhanda abo ayengamakhulu amabili; bonke abafowabo balandela umyalo wabo.


Khona angiyikujabha, uma ngigcina yonke imiyalo yakho.


Kepha ababelethisi babemesaba uNkulunkulu, abenzanga njengalokho inkosi yaseGibithe yayibayalile, bazala abafana.


Akukho okubi okuyokwehlela olungileyo, kepha ababi bayogcwala ububi.


Ukuhlakanipha kuphambi konengqondo; kodwa amehlo esiwula asemikhawulweni yomhlaba.


Inhliziyo yomuntu ohlakaniphileyo ingakwesokunene sakhe; kodwa inhliziyo yesiwula ngakwesokhohlo.


Ake sizwe isiphetho sayo yonke lendaba: Mesabe uNkulunkulu, ugcine imiyalo yakhe, ngokuba lokhu kuyimfanelo yomuntu wonke.


Amehlo ohlakaniphileyo asekhanda lakhe; kodwa isiwula sihamba ebumnyameni, futhi mina ngokwami ngibonile ukuthi isenzakalo sinye sehlela bonke.


Ngiyakucebisa ukuba ugcine umyalo wenkosi, nalokhu mayelana nesifungo sikaNkulunkulu.


U-Efrayimi wacindezelwa, waphulwa ekwahluleleni, ngokuba wavuma ukulandela umyalo.


Wathi kubo: “Ngakho-ke nikani uKesari okukaKesari, noNkulunkulu okukaNkulunkulu.


Kepha oPetru noJohane baphendula, bathi kubo: “Yahlulelani nina ukuthi kulungile yini emehlweni kaNkulunkulu ukulalela nina kunoNkulunkulu.


UPetru nabanye abaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu.


Ngalokho nathi, kusukela osukwini esakuzwa ngalo, asiphezi ukunikhulekela, nokunxusa ukuba nigcwaliswe ukwazi intando yakhe kukho konke ukuhlakanipha nokuqonda kokomoya;


Kodwa ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, labo abathi ngokujwayela ukuzwisisa, sebekufundise ukuhlukanisa okuhle lokubi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka