UmShumayeli 5:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Bheka, engakubonayo: kuhle, kumnandi kumuntu ukuba adle, aphuze, athokozele okuhle kuwo wonke umshikashika wakhe awenzayo phansi kwelanga zonke izinsuku zokuhamba kwakhe uNkulunkulu amnika zona; ngoba kuyisabelo sakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Bheka, engikubonile mina ukuthi kuhle futhi kumnandi kumuntu kungukudla, nokuphuza, nokubona okuhle kuwo wonke umshikashika wakhe awushikashikayo phansi kwelanga zonke izinsuku zokuphila kwakhe uNkulunkulu amnika zona; ngokuba lokhu kuyisabelo sakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202018 Ngase ngiyabona ukuthi yini enhle nemnandi: ngukudla, ukuphuza, nokuthokozela wonke umshikashika awukhandlekele phansi komthunzi welanga, kulezi zinsukwana zokuphila uNkulunkulu amuphe zona, ngokuba kuyisabelo sakhe lokho. Uka jalj uñjjattʼäta |