UmShumayeli 4:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Ngabuye ngabona wonke umsebenzi onzima nawo wonke umsebenzi omuhle, ukuthi ngenxa yalokho umuntu uba nomhawu ngomakhelwane wakhe. Kuyize nokufuna umoya. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Futhi ngabona wonke umshikashika nakho konke okwenziwe ngekhono ukuthi kungumhawu womuntu ngomakhelwane wakhe. Nalokho kuyize nokufuna umoya. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20204 Ngase ngibona ukuthi wonke umshikashika, nalo lonke ikhono emsebenzini, kudalwa ngumona. Nalokho kuyize, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu. Uka jalj uñjjattʼäta |