Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UMikha 1:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Konke lokhu kungenxa yesiphambeko sikaJakobe kanye nezono zendlu ka-Israyeli. Siyini isono sikaJakobe na? akusilo iSamariya na? Ziyini izindawo eziphakemeyo zakwaJuda? alilona iJerusalema na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Konke lokhu kungenxa yesiphambeko sikaJakobe nangezono zendlu yakwa-Israyeli. Siyini isiphambeko sikaJakobe? Asiyilo iSamariya na? Ziyini izindawo eziphakemeyo zakwaJuda? Aziyilo iJerusalema na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Konke lokhu kungenxa yesiphambeko sikaJakobe, nangenxa yezono zendlu ka-Israyeli. Ngubani owaphambukisa uJakobe? Akusilo yini iSamariya na? Ngubani izindawo eziphakemeyo zakwaJuda? Akusilo yini iJerusalema na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UMikha 1:5
30 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USolomoni wamakhela uKemoshi isinengiso sakwaMowabi indawo ephakemeyo entabeni ephambi kweJerusalema, noMologi isinengiso sabantwana bakwa-Amoni.


Ngoba izwi alimemeza ngezwi likaJehova ngokumelene ne-altare eBhethele naphezu kwazo zonke izindawo eziphakemeyo ezisemizini yaseSamariya ngokuqinisekile liyokwenzeka.


Wathenga intaba yaseSamariya kuShemeri ngamatalenta amabili esiliva, wakha entabeni, wabiza umuzi awakha iSamariya ngegama likaShemeri umninigquma.


Ngoba ngomnyaka wesishiyagalombili wokubusa kwakhe, esemncane, waqala ukufuna uNkulunkulu kaDavide uyise; ngomnyaka weshumi nambili waqala ukuhlambulula uJuda neJerusalema, wasusa izindawo eziphakemeyo, neziqu zemithi, nezithombe ezibaziweyo, nezithombe ezibunjiweyo.


Bawadiliza ama-altare oBali phambi kobuso bakhe; nezithombe ezazilapho phezulu, wazigawula; neziqu ezingcwele, nezithombe ezibaziweyo, nezithombe ezibunjiweyo wakuphahlaza, wakucolisa, wakuvuthululela phezu kwamathuna ababezihlabela.


Inhloko ka-Efrayimi yiSamariya, nenhloko yeSamariya yindodana kaRemaliya. Uma ningakholwa, anisoze naqinisekiswa.


Awuzenzelanga lokho ngokushiya uJehova uNkulunkulu wakho lapho ekuhola endleleni na?


Ububi bakho buyakusola, nezizondo zakho ziyakusola; yazi, ubone ukuthi kuyinto embi nebabayo ukuthi umshiyile uJehova uNkulunkulu wakho nokuthi ukwesaba kwami akukho kuwe, isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Ngabona ubuwula kubaprofethi baseSamariya; baprofetha ngoBali, badukisa abantu bami u-Israyeli.


Ngabona futhi into embi kubaprofethi baseJerusalema: bayaphinga, bahamba ngamanga; baqinise izandla zababi, ukuze kungabuyi muntu ebubini bakhe; bonke banjengeSodoma kimi nabakhileyo kulo njengeGomora.


Indlela yakho nezenzo zakho kukulethele lezi zinto; kungububi bakho, ngoba kumunyu, ngoba kufinyelela enhliziyweni yakho.


Ububi benu bubuyisile lezi zinto, nezono zenu zinigodlile okuhle.


Zwana, mhlaba, bheka, ngehlisela okubi phezu kwalaba bantu, yebo, isithelo semicabango yabo, ngokuba abawalalelanga amazwi ami nomthetho wami, kepha bawulahla.


Umqhele uwile emakhanda ethu; maye kithina ukuthi sonile!


Udadewenu omkhulu uyiSamariya namadodakazi alo ahlala ngakwesobunxele sakho; udadewenu omncane ohlala ngakwesokunene sakho yiSodoma namadodakazi ayo.


Lapho ngifuna ukuphulukisa u-Israyeli, ububi buka-Efrayimi babonakaliswa nobubi baseSamariya; ngoba benza amanga; isela liyangena, neviyo labaphangi liphanga ngaphandle.


Maye kwabaphumula eSiyoni nabethemba intaba yaseSamariya ebizwa ngokuthi inhloko yezizwe indlu ka-Israyeli eya kuzo!


Iziqongo zakwa-Isaka ziyakuba yihlane, nezindawo ezingcwele zakwa-Israyeli zichitheke; futhi ngizovukela indlu kaJerobowamu ngenkemba.


Labo abafunga isono seSamariya bathi: Kuphila unkulunkulu wakho, Dani! nokuthi: Indlela yaseBeri Sheba; nabo bayakuwa, bangabe besavuka.


Bophelani inqola esilwaneni esinejubane, enakhileyo eLagi; lokhu kungukuqala kwesono sendodakazi yaseSiyoni, ngokuba iziphambeko zika-Israyeli zifunyanwa kuwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka