Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 9:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wawuhlaba umnikelo wokushiswa; amadodana ka-Aroni amlethela igazi, walifafaza e-altare nxazonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wawuhlaba umnikelo wokushiswa; amadodana ka-Aroni aletha kuye igazi, wafafaza ngalo i-altare nxazonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Wahlaba nomnikelo wokushiswa; amadodana akhe aletha igazi kuye, wafafaza ngalo macala wonke e-althare.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 9:12
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Aroni wayesethi kuMose: “Bheka, namuhla baletha umnikelo wabo wesono nomnikelo wabo wokushiswa phambi kukaJehova; futhi izinto ezinjalo zangehlela; uma bengidlile umnikelo wesono namuhla, ngabe kwamukeleka emehlweni kaJehova na?


Wakushisa inyama nesikhumba ngomlilo ngaphandle kwekamu.


Baletha kuye umnikelo wokushiswa nezitho zawo nenhloko, wakushisa e-altare.


Wanikela ngomnikelo wokushiswa, wanikela ngawo njengokwesimiso.


Amadodana ka-Aroni aletha igazi kuye, wagcobhoza umunwe wakhe egazini, walifafaza ezimpondweni ze-altare, walithulula igazi ngasesinqeni se-altare.


nihambe othandweni, njengalokho noKristu wasithanda, wazinikela ngenxa yethu, abe ngumnikelo nomhlatshelo kuNkulunkulu, abe yiphunga elimnandi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka