ULevitikusi 7:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Umphefumulo othinta noma yini engcolile, ukungcola komuntu, noma yisiphi isilwane esingcolile noma into enengekayo eyisinengiso, bese edla inyama yomnikelo wokubonga engekaJehova, lowo mphefumulo uyakunqunywa esandleni sakhe abantu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Nanxa umuntu ethinta into engcolileyo, ukungcola komuntu noma isilwane esingcolileyo noma into engcolileyo enengekayo, adle inyama yomhlatshelo weminikelo yokuthula engekaJehova, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.’ ” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 Uma umuntu ethinta into engcolileyo, ukungcola komuntu, noma isilwane esingcolileyo, noma into engcolileyo, enengekayo, bese edla inyama yomhlatshelo weminikelo yokuthula kaSimakade, lowo muntu uyakunqunywa kwabakubo.’ ” Uka jalj uñjjattʼäta |