ULevitikusi 5:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Kodwa uma ungenawo amandla okuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, lowo owonayo kumelwe alethe umnikelo wakhe okweshumi kwe-efa likafulawa ocolekileyo njengomnikelo wesono; akayikuthela amafutha kuwo, angabeki impepho phezu kwawo, ngokuba kungumnikelo wesono. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 “ ‘Kepha uma amandla akhe enganeli amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, makalethe umnikelo wakhe ngalokho one ngakho, okweshumi kwe-efa* lempuphu ecolekileyo, ube ngumnikelo wesono, angatheli mafutha phezu kwawo, angabeki nhlaka phezu kwawo, ngokuba kungumnikelo wesono, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 “ ‘Kepha uma engenamandla okuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, maqondana nesono sakhe, uyoletha okweshumi kwe-efa lempuphu ecolisekileyo, kube ngumnikelo wesono, akayukuthela mafutha phezu kwalo, futhi akayukubeka nhlaka phezu kwalo, ngokuba lingumnikelo wesono. Uka jalj uñjjattʼäta |