ULevitikusi 5:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Uma umuntu ona, ezwe izwi lesiqalekiso, engufakazi, noma ebonile noma ekwazi; uma engakhulumi, uyakuthwala ububi bakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 “ ‘Uma umuntu ona lapho ezwa izwi lesifungo, engufakazi wokuthile, noma ekubonile noma ekwazi, engakusho nokho, khona wothwala ububi bakhe; Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20201 “ ‘Uma umuntu ebiziwe ukuba ethule ubufakazi obufungelwe ngalokho akuzwile, athi noma ekwazi ukubethula ubufakazi njengomuntu obonile noma olwaziyo udaba, kodwa athule angakhulumi, lowo uyothwala icala. Uka jalj uñjjattʼäta |