ULevitikusi 4:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Uma inhlangano yonke yakwa-Israyeli yona ngokungazi, le ndaba isithekile emehlweni enhlangano, benze utho okuphambene nanoma yimuphi wemiyalo kaJehova okungafanele kwenziwe, benecala; Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 “ ‘Uma-ke yonke inhlangano yakwa-Israyeli iduka, leyo nto isitheke emehlweni ebandla, benza noma yikuphi kuyo yonke imiyalo uJehova ayale ngakho ukuthi akunakwenziwa, baze babe necala, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202013 “ ‘Uma kone yonke inhlangano yakwa-Israyeli ingahlosile, leyo nto ifihleke emehlweni ebandla, yenza noma ikuphi okunye okusemthethweni kaSimakade ayale ukuba kungenziwa, yaze yazenzela icala; Uka jalj uñjjattʼäta |