Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 24:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kuyakuba ngelika-Aroni nelamadodana akhe; bayakukudla endaweni engcwele, ngokuba kungcwelengcwele kuye okuvela eminikelweni yomlilo kaJehova njengesimiso esiphakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ziyakuba ngezika-Aroni nezamadodana akhe, bazidlele endaweni engcwele, ngokuba zingcwelengcwele, zingezakhe phakathi kweminikelo yomlilo kaJehova ngesimiso esiphakade.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Ziyakuba ngezika-Aroni namadodana akhe, bayozidlela endaweni engcwele, ngoba zingcwelengcwele, zingezakhe phakathi kweminikelo yomlilo kaSimakade; ngokwesimiso esiphakade.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 24:9
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Etendeni lokuhlangana, ngaphandle kwesihenqo esiphambi kobufakazi, u-Aroni namadodana akhe bayakuyala lokhu phambi kukaJehova kusukela kusihlwa kuze kube sekuseni: kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zabo kubantwana bakwa-Israyeli.


UMose wakhuluma ku-Aroni, no-Eleyazare, naku-Itamari, amadodana akhe asalayo: “Thathani umnikelo womlilo oseleyo eminikelweni yomlilo kaJehova, niwudle e-altare ungenamvubelo, ngokuba ungcwelengcwele.


Kungani ningawudli umnikelo wesono endaweni engcwele, lokhu ungcwelengcwele, futhi uNkulunkulu waninika wona ukuba nithwale ububi benhlangano ukuba niwenzele ukubuyisana phambi kukaJehova na?


Kumelwe adle isinkwa sikaNkulunkulu wakhe, esingcwelengcwele kanye nesabangcwele.


Indodana yowesifazane wakwa-Israyeli uyise engowaseGibithe yaphuma phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli;


Lokhu kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu kuzo zonke izindawo zenu zokuhlala, ukuthi ningadli amanoni nagazi.


Kumelwe akhumule izingubo zakhe agqoke ezinye izingubo, akhiphele umlotha ngaphandle kwekamu endaweni ehlanzekile.


Okusele kuwo kumelwe kudle u-Aroni namadodana akhe; uyakudliwa kanye nesinkwa esingenamvubelo endaweni engcwele; bayakukudla egcekeni letende lokuhlangana.


Yala u-Aroni namadodana akhe, uthi: Nanku umthetho womnikelo wokushiswa: Lona ngumnikelo wokushiswa womlilo ophezu kwe-altare ubusuku bonke kuze kuse, nomlilo we-altare uyakuvutha phezu kwawo.


Ubuthele yonke inhlangano ngasemnyango wetende lokuhlangana.


UMose wayesethi ku-Aroni nakumadodana akhe: “Phekani inyama ngasemnyango wetende lokuhlangana, niyidle khona nesinkwa esiseqomeni lokwahlukaniselwa, njengalokho ngayala ngokuthi: ‘U-Aroni namadodana akhe bayakuyidla. It.


Kodwa lina liyalingcolisa ngokuthi: Itafula leNkosi lingcolisiwe; nesithelo sawo, yebo, ukudla kwawo kunengekile.


Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wadla izinkwa zokubukwa, okwakungavunyelwe yena ukuthi azidle, nalabo ababenaye, kubapristi bodwa?


Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu ezinsukwini zika-Abiyathara umpristi omkhulu, wadla izinkwa zokubukwa, ezingavunyelwe ukudliwa ngabapristi kuphela, wanika nababe naye?


Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wathatha izinkwa zokubukwa, wadla, wanika nababe naye; okungavunyelwe ukudliwa ngaphandle kwabapristi bodwa?


Umpristi wayesemnika isinkwa esingcwele, ngokuba kwakungekho sinkwa lapho, kuphela isinkwa sokubukwa esasisuswe phambi kukaJehova ukuba kubekwe isinkwa esifudumele ngosuku esisuswa ngalo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka