Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 24:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wowabeka abe yizinhlu ezimbili, ayisithupha emugqeni wawo, phezu kwetafula elihlanzekile phambi kukaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wowabeka izinqwaba ezimbili, ayisithupha abe senqwabeni inye etafuleni elicwengekileyo phambi kukaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Uyowabeka abe yimigqa emibili, abe yisithupha kulowo nalowo mugqa etafuleni elicwengekileyo, phambi kukaSimakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 24:6
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USolomoni wazenza zonke izinto zendlu kaJehova: i-altare legolide, netafula legolide okwakukhona kulo izinkwa zokubukwa;


Basebehlabela uJehova iminikelo yokutshiswa lempepha yamakha njalo ekuseni lakusihlwa njalo; nezinkwa zokubukwa bazihlela etafuleni elihlanzekile; nothi lwesibani lwegolide nezibani zalo zivutha njalo kusihlwa; kepha nina nimshiyile.


USolomoni wazenza zonke izinto zendlu kaNkulunkulu, ne-altare legolide namatafula okwakubekwe kuwo izinkwa zokubukwa;


okwesinkwa sokubukwa, nomnikelo wempuphu waphakade, nomnikelo oshiswa imihla yonke, owesabatha, nowokwethwasa kwenyanga, nowemikhosi, nowezinto ezingcwele, noweminikelo yesono, ukwenzela u-Israyeli ukubuyisana, nawo wonke umsebenzi. Endlini kaNkulunkulu wethu.


Senza inkatho phakathi kwabapristi namaLevi nabantu ngeminikelo yokhuni ukuba bayingenise endlini kaNkulunkulu wethu njengezindlu zawobaba ngezikhathi ezimisiweyo iminyaka ngeminyaka, ukushisa i-altare kaJehova uNkulunkulu wethu, njengokulotshiweyo emthethweni.


Kumelwe ubeke isinkwa phambi kwami njalo etafuleni.


itafula nezitsha zalo zonke nezinkwa zokubukwa,


I-altare lamapulangwe laliyizingalo ezintathu ukuphakama, nobude balo buyizingalo ezimbili; amakhona alo nobude balo nezindonga zalo kwakungokwezinkuni; wathi kimi: “Leli yitafula eliphambi kukaJehova.


Konke kakwenziwe ngemfanelo langokulandelana.


Ngokuba kwakhiwa itabernakele; eyokuqala okwakukhona kuyo uthi lwesibani, netafula, nezinkwa zokubukwa; okuthiwa ithempeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka