Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 22:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Noma yimuphi othinta noma yisiphi isilwane esinwabuzelayo angcoliswa ngaso noma umuntu angathola kuye ukungcola, noma yikuphi ukungcola anakho;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 nalowo othinta okunwabuzelayo angangcoliswa ngakho, noma umuntu angangcoliswa ngaye, nakuba enokungcola kuni,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 nalowo oyothinta okunwabuzelayo okungamngcolisa, noma yimuphi omunye umuntu ongamngcolisa, noma ngabe unakungcola kwaluhlobo luni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 22:5
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa zonke ezinye izilwanyana ezindizayo ezinezinyawo ezine ziyakuba yisinengiso kini.


Uma owesifazane ecucuza, futhi ukucucuza kwakhe kuyigazi enyameni yakhe, kumelwe abe ngokwehlukana kwakhe izinsuku eziyisikhombisa; bonke abamthintayo bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe.


Othinta inyama yocucuzayo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


Umphefumulo othinte into enjalo uyoba ongcolile kuze kuhlwe futhi ngeke uzidle izipho ezingcwele ngaphandle kokuba ugeze umzimba wakhe ngamanzi.


Konke okuthinta ongcolileyo kuyakuba ngokungcolile; nomphefumulo oyithintayo uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka