ULevitikusi 16:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Kumelwe enzele indlu engcwele isihlawulelo ngenxa yokungcola kwabantwana bakwa-Israyeli nangenxa yeziphambeko zabo kuzo zonke izono zabo; enze njalo etendeni lokuhlangana elihlezi phakathi kwabo phakathi kokungcola kwabo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 enzele indawo engcwele ukubuyisana ngenxa yokungcola kwabantwana bakwa-Israyeli nangenxa yeziphambeko zabo ezonweni zabo zonke; akenzele njalo netende lokuhlangana elihlezi nabo phakathi kokungcola kwabo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202016 Uyakuyenzela kanjalo ukubuyisana indawo engcwele, ngenxa yokungcola kwabantu bakwa-Israyeli, nangenxa yeziphambeko zabo, nazo zonke izono zabo. Uyakulenzela kanjalo nethende lokuhlangana elihleli phakathi kokungcola kwabo. Uka jalj uñjjattʼäta |