ULevitikusi 13:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Umpristi kumelwe abheke isifo esikhumbeni senyama; uma uboya esibethweni buphendukile baba mhlophe, futhi isifo sibonakala sishonile kunesikhumba senyama yakhe, kuyisifo sochoko; umpristi ambheke, athi ungcolile. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 umpristi abheke isifo esisesikhumbeni senyama; uma uboya obusebaleni buphendukile baba mhlophe, nanxa ibala libonakala lishonile kunesikhumba senyama yakhe, kuyisifo sochoko; umpristi uyakumbheka, asho athi ungcolile. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 Umphristi uyosihlola isifo esisesikhumbeni sakhe; uma uboya obusebaleni sebuphenduke baba mhlophe, nesifo sibonakala ukuthi sijulile esikhumbeni sakhe, kuyisifo esinzima, umphristi uyakukubona lokho bese ememezela ukuthi ungcolile. Uka jalj uñjjattʼäta |