UJoweli 2:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Umhlaba uyazamazama phambi kwabo; izulu liyakuthuthumela, ilanga nenyanga kube mnyama, nezinkanyezi zisuse ukukhanya kwazo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Umhlaba uyazamazama phambi kwabo, amazulu ayathuthumela; ilanga nenyanga kuphenduka ubumnyama, nezinkanyezi zisusa ukukhanya kwazo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202010 Umhlaba uyazamazama phambi kwabo, isibhakabhaka sithuthumele phambi kwabo. Ilanga nenyanga kuyakubamnyama bhuqe, nezinkanyezi zigodle ukukhanya kwazo. Uka jalj uñjjattʼäta |