Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 9:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Baya kuJoshuwa ekamu laseGiligali, bathi kuye nakubantu bakwa-Israyeli: “Sivela ezweni elikude; bese wenza isivumelwano nathi manje.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Baya kuJoshuwa ekamu* laseGiligali, bathi kuye nakumadoda akwa-Israyeli: “Sivela ezweni elikude; ngalokho manenze manje isivumelwano nathi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Zaya kuJoshuwa enkanjini eGiligali, zathi kuye nabakwa-Israyeli: “Sivela ezweni elikude, ngakho-ke yenzani isivumelwano nathi.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 9:6
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha umfokazi ongesiye owabantu bakho u-Israyeli kepha ovela ezweni elikude ngenxa yegama lakho;


Umprofethi u-Isaya wayesefika enkosini uHezekiya, wathi kuye: “Batheni laba bantu na? futhi bevelaphi kuwe? Wathi uHezekiya: “Bavela ezweni elikude, eBabele.”


UJoshuwa wabuyela ekamu laseGiligali, nawo wonke u-Israyeli enaye.


Amadoda aseGibeyoni athumela kuJoshuwa ekamu laseGiligali, ethi: “Ungasibuyiseli isandla sakho ezincekwini zakho; shesha uze kithi, usophule, usisize, ngokuba onke amakhosi ama-Amori ahlala ezintabeni asibuthelene.


Abantu basuka eJordani ngolweshumi lwenyanga yokuqala bamisa inkamba eGiligali emngceleni osempumalanga yeJeriko.


Abantwana bakwa-Israyeli bamisa eGiligali, bagcina iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga kusihlwa emathafeni aseJeriko.


nezicathulo ezigugile ezinyaweni zabo, nezingubo ezigugile; isinkwa sonke sokudla kwabo sasomile sikhuntile.


Base bethi kuye: “Izinceku zakho zivela ezweni elikude kakhulu ngenxa yegama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba sizwile umbiko wakhe nakho konke akwenzayo eGibithe,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka