Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 4:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 UJoshuwa wathi kubo: “Welani phambi komphongolo kaJehova uNkulunkulu wenu ningene phakathi kweJordani, nithathe kube yilowo nalowo itshe ehlombe lakhe ngokwesibalo sezizwe zabantwana bakwa-Israyeli.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UJoshuwa wathi kuwo: “Welani phambi komphongolo kaJehova uNkulunkulu wenu, niye phakathi kweJordani, netshathe, kube yilowo nalowo itshe ehlombe lakhe njengokomumo wezizwe zabantwana bakwa-Israyeli

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 UJoshuwa wathi kuwo: “Welani phambi komphongolo wesivumelwano sikaSimakade uNkulunkulu wenu, phakathi komfula iJordani, kuthi indoda ngayinye ngokwenani lezizwe ithathe itshe iletshathe ehlombe njengokwezizwe zakwa-Israyeli,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 4:5
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wayesethi kubafowabo: “Buthani amatshe; bathatha amatshe, benza inqwaba; badla khona phezu kwenqwaba.


UMose waloba phansi onke amazwi kaJehova, waqeda ekuseni kakhulu, wakha i-altare phansi kwentaba nezinsika eziyishumi nambili ngokwezizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli.


Ngosuku eniwela ngalo iJordani ningena ezweni uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona, nizimisele amatshe amakhulu, niwanameke ngodaka.


Zwana, Israyeli, uyakudabula iJordani namuhla ukungena ukudla izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe, imizi emikhulu ebiyelweyo kuze kufike ezulwini;


Sebefike emikhawulweni yaseJordani esezweni laseKhanani, abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nengxenye yesizwe sakwaManase bakha khona i-altare ngaseJordani, i-altare elikhulu ukuba libukeke.


UJoshuwa wayesebiza amadoda ayishumi nambili ayewalungisile kubantwana bakwa-Israyeli, indoda eyodwa esizweni.


ukuze kube yisibonakaliso phakathi kwenu, lapho abantwana benu bebuza koyise esikhathini esizayo besithi: Litshoni ngalawa matshe?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka