Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 24:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Sera ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba iGahashi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Sera elisezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba yakwaGahashi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

30 Bamngcwaba eThiminathi Sera eyifa lakhe, ekwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 24:30
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

noBhenaya umPirathoni, noHidayi wemifudlana yaseGahashi,


Njengezwi likaJehova bamnika umuzi awucelayo, iThimnati-Sera ezintabeni zakwa-Efrayimi; wakha umuzi, wahlala kuwo.


Ngemva kwalezi zinto uJoshuwa indodana kaNuni, inceku kaJehova, wafa eneminyaka eyikhulu neshumi.


Kwakukhona umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe linguMika;


Basuka lapho, baya ezintabeni zakwa-Efrayimi, bafika endlini kaMika.


Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnatha ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba iGahashi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka