Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 21:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Esizweni sakwaBenjamini: iGibeyoni nedlelo layo, neGeba nedlelo layo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Esizweni sakwaBenjamini: iGibeyoni namadlelo alo, neGeba namadlelo alo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Esizwaneni sakwaBhenjamini bathola: iGibheyoni namadlelo alo, iGebha namadlelo alo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 21:17
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi u-Asa yayisikhala kwaJuda wonke; basusa amatshe eRama nezingodo zayo uBahesha akha ngakho; inkosi u-Asa yakha ngazo iGeba lakwaBenjamini neMispa.


Yakhipha bonke abapristi emizini yakwaJuda, yangcolisa izindawo eziphakemeyo, lapho abapristi bashisa khona umusi, kusukela eGeba kuze kube seBeri Sheba, yadiliza izindawo eziphakemeyo zamasango ezazingasekungeneni kwesango likaJoshuwa. Umbusi womuzi, owayengakwesokhohlo somuntu esangweni lomuzi.


Esizweni sakwaBenjamini; iGeba nedlelo layo, neAlemeti nedlelo layo, neAnathoti nedlelo layo. Yonke imizi yabo ngemindeni yabo yayiyimizi eyishumi nantathu.


Lawa angamadodana ka-Ehudi: lezi ziyizinhloko zawoyise zabakhileyo eGeba, basuka baya eManahati.


nasendlini yaseGiligali nasensimini yaseGeba nase-Asmaweti; ngoba abahlabeleli bazakhela imizi nxazonke zeJerusalema.


Basebedabula inkundla; bahlala eGeba; URama uyesaba; IGibeya yabaleka ebusweni bukaSawule.


Izwe lonke liyakuguqulwa libe njengethafa kusukela eGeba kuze kube seRimoni eningizimu yeJerusalema; liyophakanyiswa, lihlalwe endaweni yalo, kusukela eSangweni lakwaBenjamini kuze kube sendaweni yesango lokuqala, kuze kufike eSangweni Legumbi naseMbhoshongweni. Kusukela kuHananeli kuze kufike ezikhamweni zewayini zenkosi.


ne-Anathoti nedlelo layo, ne-Alimoni nedlelo layo; imizi emine.


Lapho abakhileyo eGibeyoni bezwa lokho uJoshuwa ayekwenzile eJeriko nase-Ayi,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka