UJoshuwa 2:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Kwathi sesizwile lezizinto, inhliziyo yethu yaphela amandla, akubangakho sibindi kumuntu ngenxa yenu; ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu unguNkulunkulu ezulwini phezulu nasemhlabeni phansi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Sathi sikuzwa lokho, izinhliziyo zethu zaphela amandla, akwabe kusabakho sibindi kumuntu phambi kwenu, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu unguNkulunkulu ezulwini phezulu nasemhlabeni phansi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Sithe ukuba sizwe ngalokho izinhliziyo zangenwa yingebhe, kwangaba bikho muntu onesibindi sokuma phambi kwenu, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wenu, unguNkulunkulu ezulwini phezulu nasemhlabeni phansi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwathi lapho onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani asolwandle, ezwa ukuthi uJehova womisa amanzi aseJordani ngaphambili. Abantwana bakwa-Israyeli, saze sadabula, izinhliziyo zabo zaphela amandla, akwabe kusaba lukhuni kubo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.
Bamphendula uJoshuwa, bathi: “Ngokuba zatshelwa nokutshelwa ezincekwini zakho ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho wayala inceku yakhe uMose ukuba aninike izwe lonke, abhubhise bonke abakhileyo ezweni phambi kwenu, ngalokho sahlupheka kakhulu, sesaba kakhulu. Ukuphila kwethu ngenxa yenu, futhi senza le nto.