Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 19:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Inkatho yesikhombisa yadla isizwe sabantwana bakwaDani ngezizukulwane zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Inkatho yesikhombisa yadla abantwana bakwaDani ngemindeni yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

40 Unkatho lwesikhombisa lwadla isizwana sabozalo lukaDani ngemindeni yaso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 19:40
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amadodana kaBiliha, incekukazi kaRaheli; UDani noNafetali:


Lawa angamagama ezizwe. Kusukela ekupheleni enyakatho, kuze kube semkhawulweni wogu lwendlela yaseHetiloni, ukuya eHamati, naseHasarenani, umkhawulo waseDamaseku ngasenyakatho, kuze kufike ogwini lwaseHamati; ngokuba lezi yizinhlangothi zalo ngasempumalanga nasentshonalanga; isabelo sikaDan.


Kepha izwe liyakuhlukaniswa ngenkatho, ifa ngokwamagama ezizwe zoyise.


UJoshuwa walichitha lonke izwe lezintaba, nelaseningizimu, nelasesigodini, nelemithombo, nawo onke amakhosi alo;


Leli laliyifa lesizwe sabantwana bakwaNafetali ngemindeni yabo, imizi nemizana yayo.


Umkhawulo wefa labo wawuyiZora, ne-Eshitawoli, ne-Irsememi;


Ngalezo zinsuku kwakungekho nkosi kwa-Israyeli; ngalezo zinsuku isizwe sakwaDani sazifunela ifa lokuhlala; ngoba kwaze kwaba yilolosuku babengalitholanga lonke ilifa labo phakathi kwezizwe zakoIsrayeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka