UJoshuwa 18:19 - Contemporary Zulu Bible 202419 Umkhawulo wadabula waya ohlangothini lweBeti Hogi ngasenyakatho; ukuphuma komucu kwakungasethekwini elisenyakatho yoLwandle Lukasawoti ngasekugcineni kweJordani ngaseningizimu; kwakungugu oluseningizimu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 umkhawulo wadlula, waya eceleni kweBeti Hogila ngasenyakatho, ukuphuma komkhawulo kwakungasethekwini lasenyakatho koLwandle Lukasawoti ngasekugcineni kweJordani ngaseningizimu; lokho kwakungumkhawulo waseningizimu. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202019 Wedlulela ngasenyakatho yomthambeka waseBhethi Hogila, uze uphelele echwebeni loLwandle Lukasawoti, ekugcineni ngaseningizimu yeJordani. Yilowo-ke umngcele wangaseningizimu. Uka jalj uñjjattʼäta |