Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 18:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Umkhawulo wasuka lapho, wazungeza engosini yolwandle ngaseningizimu, kusukela entabeni ephambi kweBeti Horoni ngaseningizimu; ukuphuma kwawo kwakuseKiriyati Bali eliyiKiriyati Jeharimi, umuzi wabantwana bakwaJuda; kwakuyiwadi esentshonalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Umkhawulo wasuka, wajika ngasohlangothini lwasentshonalanga ngaseningizimu, kusukela entabeni ephambi kweBeti Horoni ngaseningizimu; ukuphuma kwawo kwakungaseKiriyati Bali eliyiKiriyati Jeharimi, umuzi wabantwana bakwaJuda; lokho kwakuluhlangothi lwasentshonalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 Umngcele bese ubheka kwenye ingxenye, ujike ubheke ngasentshonalanga-ningizimu; kusuka entabeni ebhekene neBhethi Horoni eningizimu uphele eKiriyathi Bhali eliyiKiriyathi Jeharimi engumuzi wabantu bakwaJuda. Lolu wuhlangothi olungasentshonalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 18:14
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UDavide wazilungiselela, wahamba nabo bonke abantu ababe naye besuka eBali lakwaJuda ukuyokhuphula khona umphongolo kaNkulunkulu ogama lakhe liyigama likaJehova Sebawoti, ohlala phakathi kwamakherubi letha.


IKiriyati Bhali eliyiKiriyati Jeharimi, neRaba; imizi emibili nemizana yayo.


Umkhawulo wawususuka esiqongweni sentaba, waya emthonjeni wamanzi aseNefitowa, waphuma waya emizini yasentabeni yase-Efroni; umkhawulo waphuma waya eBahala eliyiKiriyati Jeharimi.


Umkhawulo wasuka lapho, waya eLusu, eceleni kweLushi eliyiBethele ngaseningizimu; umkhawulo wehlela e-Atharoti Dara ngasegqumeni elingaseningizimu kweBeti Horoni Lasezansi.


Uhlangothi olungaseningizimu lwalusukela ekupheleni kweKiriyati Jeharimi, umkhawulo waphuma waya ngasentshonalanga, waphuma waya emthonjeni waseNefitowa.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka, bafika emizini yabo ngosuku lwesithathu. Imizi yabo yayiyiGibeyoni, neKefira, neBheroti, neKiriyati Jeharimi.


Esinye isixuku saphambukela endleleni yaseBeti Horoni, esinye isixuku saphambukela endleleni yasemngceleni obheke esigodini saseSeboyimi ehlane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka