Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 17:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kodwa intaba izakuba ngeyakho; ngoba liwukhuni, kumelwe ugawule; futhi ukuphuma kwawo kuyakuba ngeyakho; ngokuba niyakuxosha amaKhanani, nakuba enezinqola zensimbi, nakuba enamandla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 kepha izintaba ziyakuba ngezakho; noma ziyihlathi, woligawula; namaphethelo alo mawabe ngawakho, ngokuba uyakuwaxosha amaKhanani, nakuba enezinqola zensimbi nakuba enamandla.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 kodwa elezintaba kuzoba ngelakho, ngokuba nakuba liyihlathi nizolicaba libe yifa lenu namaphethelo alo, ngokuba nizowaxosha amaKhanani, ngisho enezinqola zensimbi, futhi enamandla.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 17:18
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha umnsalo wakhe unamandla, nezingalo zezandla zakhe zaqiniswa ngesandla sikaNkulunkulu onamandla kaJakobe; (ngakho-ke umalusi, idwala lika-Israyeli:)


Amadoda aphuma aya endle ukulwa no-Israyeli; ukulwa kwaba sehlathini lakwa-Efrayimi;


Pho siyakuthini ngalezi zinto na? Uma uNkulunkulu engakithi, ngubani ongamelana nathi na?


Qha, kukho konke lokhu singabanqobi ngaye owasithandayo.


Udumo lwakhe lunjengezibulo lenkunzi yakhe, nezimpondo zakhe zinjengezimpondo zenyathi; ngalokho Uyodudula abantu ndawonye kuze kube semikhawulweni yomhlaba; futhi bayizinkulungwane eziyishumi zakwa-Efrayimi, futhi bayizinkulungwane zakwaManase.


Ukuze singasho ngesibindi sithi: INkosi ingumsizi wami, angesabi umuntu angangenzani.


Bonke abakhileyo ezintabeni kusukela eLebanoni kuze kube seMisirefotimayimi, nawo wonke amaSidoni, ngiyobaxosha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli; nje ulabele abantwana bakwa-Israyeli ngenkatho njengefa, njengalokho ngakuyala.


Umkhawulo wawususuka esiqongweni sentaba, waya emthonjeni wamanzi aseNefitowa, waphuma waya emizini yasentabeni yase-Efroni; umkhawulo waphuma waya eBahala eliyiKiriyati Jeharimi.


UJoshuwa wakhuluma kuyo indlu kaJosefa, ku-Efrayimi noManase, wathi: “Niyisizwe esikhulu, ninamandla amakhulu; ungase ungabi nesiphetho esisodwa nje.


Babeka iKedeshi eGalile entabeni yakwaNafetali, neShekemi ezintabeni zakwa-Efrayimi, neKiriyatarba eliyiHebroni ezintabeni zakwaJuda.


Kwakukhona umuntu othile waseRamatayimi-sofi, wasezintabeni zakwa-Efrayimi, ogama lakhe lalingu-Elkana, indodana kaJerohamu, indodana ka-Elihu, indodana kaThohu, indodana kaSufi, wakwa-Efrayimi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka