Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 17:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 UJoshuwa wathi kubo: “Uma ningabantu abaningi, khuphukani niye ehlathini, nizigawule ezweni lamaPherizi nelamaRefa, uma izintaba zakwa-Efrayimi zilincane kakhulu kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UJoshuwa wathi kubo: “Uma uyisizwe esikhulu, khuphukela ehlathini, uzicabele khona ezweni lamaPherizi nakwelamaRefa, lokhu izintaba zakwa-Efrayimi ziminyene kuwe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 UJoshuwa wathi kubo: “Uma ningabantu abaningi, khuphukelani ehlathini nizicabele indawo ezweni lamaPherizi namaRefa, ngokuba elezintaba kwa-Efrayimi lincane kakhulu kini.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 17:15
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwaba khona ukuxabana phakathi kwabelusi bezinkomo zika-Abrama nabelusi bemfuyo kaLoti; kwase behlala ezweni amaKhanani namaPherizi.


Ngomnyaka weshumi nane uKedori-Lawomere namakhosi ayenaye beza, bawachitha amaRefa e-Ashiteroti-Karnayimi, namaShushi eHamu, nama-Emi eShave Kiriyatayimi;


namaHeti, namaPherizi, namaRefa,


Amadoda aphuma aya endle ukulwa no-Israyeli; ukulwa kwaba sehlathini lakwa-Efrayimi;


AmaFilisti afika, ahlakazeka esigodini samaRefa.


AmaFilisti abuye akhuphuka, ahlakazeka esigodini samaRefa.


Kwathi lezo zinto sezenzekile, izikhulu zeza kimi, zathi: “Abantu bakwa-Israyeli nabapristi namaLevi abazahlukanisanga nabantu bamazwe ngokwenza izinengiso zabo kumaKhanani namaHeti, namaPherizi, namaJebusi, nama-Amoni, namaMowabi, namaGibhithe, nama-Amori.


Ngiyakuthuma ingelosi phambi kwakho; futhi ngiyowaxosha amaKhanani, nama-Amori, namaHeti, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi.


Kepha obengazi, wenza okufanele imivimbo, uyakushaywa imivimbo eyingcosana. Ngokuba yilowo nalowo ophiwe okuningi, kuyakubizwa okuningi kuye;


Abantwana bakwaJosefa bakhuluma kuJoshuwa, bathi: “Ninginikeni inkatho eyodwa kuphela nesabelo esisodwa sefa, lokhu ngingabantu abaningi, lokhu uJehova ungibusisile kuze kube manje na?


Abantwana bakwaJosefa bathi: “Intaba ayisaneli; futhi wonke amaKhanani ahlala ezweni lasesigodini anezinqola zensimbi, lawo avela eBheti-Sheyani nasemizini yawo, nalabo abavela esigodini sesifufula. EJizreyeli.


Kwakukhona umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe linguMika;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka