Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 17:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngaseningizimu laphuma kwa-Efrayimi, ngasenyakatho lalingelikaManase, ulwandle lwaba umkhawulo walo; babuthana kwa-Asheri ngasenyakatho nakwa-Isakare ngasempumalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 okwaseningizimu kwakungokuka-Efrayimi, okwasenyakatho kwakungokukaManase, ulwandle lwalungumkhawulo wakhe; bafinyelela kwa-Asheri ngasenyakatho nakwa-Isakare ngasempumalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Ngaseningizimu ngelika-Efrayimi, elingasenyakatho kwaManase, umngcele walo kungulwandle. Ngasenyakatho ufinyelela e-Asheri, kuthi ngasempumalanga ufinyelele e-Isakhare.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 17:10
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase waba neBeti Sheyani namadlelo alo, ne-Ibileyamu namadlelo alo, nabakhileyo eDori namadlelo alo, nabakhileyo e-Endori namadlelo alo, nabakhileyo eThahanaki namadlelo alo. Nabakhileyo eMegido nemizana yayo, amazwe amathathu.


Umkhawulo wehlela emfuleni iKhana eningizimu yomfula; Le mizi yakwa-Efrayimi iphakathi kwemizi yakwaManase; umkhawulo kaManase wawungasenyakatho komfula, ukuphuma kwawo kwakungaselwandle;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka