Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 13:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Umkhawulo wabo wasukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni, nomuzi ophakathi nomfula, nethafa lonke eMedeba;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Umkhawulo wabo wasuka e-Aroweri eliseceleni kwesigodi sase-Arinoni, nomuzi ophakathi nesigodi, nalo lonke ithafa ngaseMedeba,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Indawo yabo yayisuka e-Aroweri ngasekupheleni kwesigodi i-Arinoni, nemizi ephakathi nesigodi, nawo wonke amathafa ngaseMedeba,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 13:16
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bawela iJordani, bamisa e-Aroweri ngakwesokunene komuzi ophakathi nomfula uGadi naseJazeri.


Base beqasha izinqola eziyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili kanye nenkosi yaseMahaga nabantu bayo; owafika wamisa inkamba phambi kweMedeba. Abantwana bakwa-Amoni babuthana emizini yabo, beza empini.


IHeshiboni liyakubiza, ne-Elale; izwi labo liyozwakala kuze kufike eJahazi; ngakho-ke ibutho lakwaMowabi liyakukhala; ukuphila kwakhe kuyoba nzima kuye.


Ngokuba iHeshiboni lalingumuzi kaSihoni, inkosi yama-Amori, owalwa nenkosi yokuqala yakwaMowabi, walithatha lonke izwe lakhe esandleni sakhe kwaze kwaba se-Arinoni.


Leli zwe esalidla ngaleso sikhathi, kusukela e-Aroweri engasemfuleni i-Arinoni, nengxenye yezintaba zakwaGileyadi nemizi yalo ngalinika abakwaRubeni nabakwaGadi.


USihoni inkosi yama-Amori, owayehlala eHeshiboni, ebusa kusukela e-Aroweri elisosebeni loMfula i-Arinoni, kusukela phakathi nomfula, kusukela engxenyeni yakwaGileyadi kuze kufike emfuleni iJabhoki, okuwumngcele wesifunda saseGibhithe. Abantwana bakwa-Amoni;


UMose wanika isizwe sabantwana bakwaRubeni ifa ngokwezizukulwane zabo.


iHeshiboni nayo yonke imizi yalo esethafeni; iDiboni, neBamoti Bali, neBeti Bali-meyoni,


kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni, nomuzi ophakathi nomfula, nethafa lonke kusukela eMedeba kuze kube seDiboni;


Ngokuba uMose wazinika ifa lezizwe ezimbili nenxenye ngaphesheya kweJordani, kepha amaLevi akawanikanga ifa phakathi kwazo.


Kodwa amaLevi kawanasabelo phakathi kwenu; ngokuba ubupristi bukaJehova buyifa labo; uGadi noRubeni nenxenye yesizwe sakwaManase base bemukela ifa labo ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, uMose inceku kaJehova abanika lona.


Lapho u-Israyeli ehlala eHeshiboni nasezindaweni ezingaphansi kwalo nase-Aroweri nemizila yayo nasemizini yonke engaseceleni kogu lwase-Arinoni iminyaka engamakhulu amathathu na? pho kungani ungawabuyisanga phakathi naleso sikhathi?


nakulabo ababese-Aroweri, nakulabo ababeseZifimoti, nakulabo ababese-Estemowa,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka