Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 8:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uba emsiphula endaweni yakhe, izamphika ithi: Kangikubonanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Uma echithwa endaweni yakhe, iyakumala ngokuthi: ‘Angizange ngikubone.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 Uma ebhujiswa endaweni yakhe, iyakumphika ithi: ‘Angikaze ngikubone.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 8:18
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa uyabhubha kuze kube phakade njengamalongwe akhe; abambonileyo bayothi: Uphi na?


Ngisho neso elambona ngeke lisambona; nendawo yakhe ayisayikuphinda imbone.


Kasayikubuyela endlini yakhe, lendawo yakhe yokuhlala kayisayikumazi.


Iso longibonileyo alisayikungibona; amehlo akho aphezu kwami, kepha angikho.


Izimpande zakhe zizungeza inqwaba, ubona indawo yamatshe.


Ngokuba umoya uphephetha phezu kwayo, isuke; nendawo yawo ayisayikuyazi.


Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona.


Kodwa wafa, bheka, wayengasekho; yebo, ngamfuna, kodwa akatholakalanga.


Lapho ababi behluma njengotshani, nalapho bonke abenzi bobubi behluma; kungukuthi bayobhujiswa phakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka