Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 41:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ingenza isivumelwano lawe yini? Uzamthatha abe yinceku kuze kube nininini?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uyakwenza isivumelwano nawe ukuba umthathe abe yinceku kuze kube phakade na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Iyosenza yini nawe isivumelwano sokuba uyithathe, ibe yinceku, kuze kube phakade na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 41:4
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wababusisa, wathi kubo: Zalani, nande, nihlale emhlabeni, niwulime. Nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni.


Iyakunxusa kakhulu na? uyakukhuluma amazwi athambileyo kuwe na?


Ungadlala naye njengenyoni na? noma ufuna ukumbopha ezintombini zakho?


Inkosi yaso iyakusiletha kubahluleli; amlethe ngasemnyango noma ensikeni yomnyango; inkosi yaso iyakuyibhoboza indlebe yaso ngosungulo; futhi uyomkhonza kuze kube phakade.


Uthathe usungulo, ulubhoboze endlebeni yakhe ngasemnyango, abe yinceku yakho kuze kube phakade. Wenze njalo nangencekukazi yakho.


Wayesekhuphuka uNahashi, umAmoni, wamisa malungana neJabeshi kwaGileyadi; onke amadoda aseJabeshi athi kuNahashi: Yenza isivumelwano nathi, sikukhonze.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka