UJobe 40:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Lahla ukufutheka kwentukuthelo yakho, ubuke bonke abazidlayo, ubathobe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Thulula ukuphuphuma kwentukuthelo yakho, ubheke bonke abazidlayo, ubathobise. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Thulula ukuphuphuma kwentukuthelo yakho, ubabheke bonke abazidlayo, ubathobise. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ndodana yomuntu, yisho enduneni yaseTire, uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngoba inhliziyo yakho iphakeme futhi wena wathi: NginguNkulunkulu, ngihlezi esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu, phakathi kolwandle; nokho ungumuntu hhayi uNkulunkulu, ngisho noma ubeka inhliziyo yakho njengenhliziyo kaNkulunkulu.