Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 37:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Nalokhu inhliziyo yami iyathuthumela, isuka endaweni yayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Yebo, ngenxa yalokho iyathuthumela inhliziyo yami, isuke endaweni yayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 “Ngenxa yalokho inhliziyo yami iyathuthumela, isuke endaweni yayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 37:1
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Noma ngikucabanga, ngishaywa luvalo, futhi ukuthuthumela kubambe inyama yami.


Umsindo wayo ubonisa ukukhukhuleka kwayo, nokukhukhula phezu komhwamuko.


Lalela ukuzwa umsindo wezwi lakhe nomsindo ophuma emlonyeni wakhe.


UJehova wayesemphendula uJobe esesivunguzaneni, wathi:


Ngehlelwa yingebhe nokuthuthumela, okwathuthumela onke amathambo ami.


Inyama yami iyathuthumela ngenxa yakho; futhi ngiyazesaba izahlulelo Zakho.


UNkulunkulu uyesabeka kakhulu ebandleni labangcwele futhi uyadunyiswa yibo bonke abamzungezile.


Kwathi ngosuku lwesithathu ekuseni kwaba khona ukuduma, nemibani, nefu elinzima entabeni, nezwi lecilongo elizwakala kakhulu; bathuthumela bonke abantu ababesekamu.


Aningesabi na? usho uJehova, uthi: “Aniyikuthuthumela phambi kwami, mina engabeka isihlabathi emkhawulweni wolwandle ngomyalo waphakade ukuba lungedlule kuwo; uma zibhonga, azinakudlula na?


Lapho ngizwa lokhu, isisu sami sathuthumela; izindebe zami zathuthumela ngezwi; ukubola kwangena emathanjeni ami, ngaqhaqhazela phakathi kwami, ukuze ngiphumule ngosuku losizi;


Kwase kuba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu, kwaze kwazanyazanyiswa izisekelo zetilongo; kwavuleka khona lapho iminyango yonke, athukululwa nezibopho zabo bonke.


Wasebiza isibane, wagijimela phakathi, weza ethuthumela, wawa phambi kukaPawuli loSila.


NgoDani wathi: “UDani uyibhongo lengonyama; uyakuvela eBashani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka