Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 36:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba ngempela, amazwi ami awasiwo amanga; ophelele ekwazini ukini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Impela amazwi ami awasiwo amanga; unawe ophelele ekwazini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Impela ayikho inkohliso emazwini ami; onolwazi olupheleleyo unawe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 36:4
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha nina ningamanga, ningodokotela abayize nonke;


Uzakhuluma kubi kuNkulunkulu yini? futhi ukhulume kuye ngenkohliso?


Bhekani, ngiyayazi imicabango yenu namacebo enu eniwacabanga ngamanga;


Pho ningiduduza kanjani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele amanga na?


Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.


Uyakwazi ukulinganisa kwamayezi, izimangaliso zalowo opheleleyo elwazini?


Sutha manje, ungibheke; ngoba kusobala kini ukuthi ngiqamba amanga.


Umlomo wami uyakukhuluma ukuhlakanipha; nokuzindla kwenhliziyo yami kuyakuba ngukuqonda.


Kwabonakala kukuhle kimi nami, sengikwazi kahle zonke izinto kusukela ekuqaleni, ukukubhalela ngokulandelana, Theyofilu odumileyo,


Kwathi uFeliksi esezwile lezizinto, ekwazi ngokugcweleyo kakhulu ngaleyo Ndlela, wababuyisela emuva, wathi: Nxa uLisiya induna yenkulungwane esehlile, mina ngizakwazi ngokugcwele indaba yenu.


Bazalwane, ningabi ngabantwana ngokuqonda, nokho ebubini nibe ngabantwana, kepha ekuqondeni nibe ngamadoda.


Ngokuba asinjengabaningi abonakalisa izwi likaNkulunkulu, kepha njengabaqotho, njengabavela kuNkulunkulu phambi kukaNkulunkulu sikhuluma sikuKristu.


Uyakhonza kini u-Ephafra ongomunye wakini, inceku kaKristu, enilwela njalo emikhulekweni, ukuze nime niphelele niphelele entandweni yonke kaNkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka