Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 36:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokuba kukhona ulaka, xwayani funa aniphuce ngokushaywa kwakhe; khona-ke isihlengo esikhulu ngeke sikusindise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Xwaya ukuba ulaka lungakuvusi usashaywa, ungachezukiswa ngobuningi bamahlawulo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 Qaphela ingcebo, ingakuyengi, ungachezukiswa ngubukhulu bokufunjathiswayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 36:18
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngemva kwalokho waba lesihawu kuye, wathi: “Mkhulule ekwehleleni egodini; ngithole inhlawulo.”


Iyakunaka ingcebo yakho na? qha, hhayi igolide, noma wonke amandla.


INkosi ngakwesokunene sakho iyakwehlula amakhosi ngosuku lwentukuthelo yayo.


Yangeni iNdodana, ukuze ingathukutheli, nibhubhe endleleni, uma intukuthelo yayo ivuka kancane. Babusisiwe bonke abamethembayo.


Khona-ke uyokhuluma kubo ngentukuthelo yakhe futhi abahluphe ngentukuthelo yakhe enkulu.


Susa kimi ukushaywa kwakho; ngiyaqedwa ngokushaya kwesandla sakho.


Owashaya abantu ngokuthukuthela ngokushaywa njalo, owabusa izizwe ngolaka, uyazingelwa, akavinjwa muntu.


Ndodana yomuntu, bheka, ngisusa isifiso samehlo akho ngokushaya; kodwa akumelwe nilile futhi nikhale, nezinyembezi zenu ngeke zigeleze.


Wayesethi uJehova: “Kuhle ukuthukuthela na?


UNkulunkulu wasesithi kuJona: Kuhle yini ukuthi uthukuthelele umhlakuva? Wathi: “Kuhle ukungithukuthelela kuze kube sekufeni.”


Kodwa kwathi ebona abanengi babaFarisi labaSadusi besiza ekubhabhathizeni kwakhe, wathi kubo: Nzalo yezinyoka, ngubani olixwayisile ukubalekela ulaka oluzayo?


Ngokuba ulaka lukaNkulunkulu luyabonakaliswa luvela ezulwini phezu kwakho konke ukungamesabi uNkulunkulu nokungalungi kwabantu abaphatha iqiniso ngokungalungi;


Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu;


Makungabikho onikhohlisayo ngamazwi ayize, ngokuba ngenxa yalezo zinto ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabantwana bokungalaleli.


owazinikela abe yinhlawulo yabo bonke, kube ngubufakazi ngesikhathi esifaneleyo.


Thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? eyaqala ukukhulunywa yiNkosi, yaqinisekiswa kithi yilabo abayizwayo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka