Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 33:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Yebo, umphefumulo wakhe usondela endaweni yabafileyo nokuphila kwakhe kubabhubhisi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Umphefumulo wakhe uyasondela egodini, nokuphila kwakhe kubabulali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 Umphefumulo wakhe usondela egodini, nempilo yakhe, kubabulali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 33:22
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi ingelosi yelulela isandla sayo eJerusalema ukuyichitha, uJehova wazisola ngobubi, wathi engelosini eyayibhubhisa abantu: “Kwanele, bamba isandla sakho. Ingelosi kaJehova yayisesibuyeni sika-Arawuna umJebusi.


Umsindo owesabekayo usezindlebeni zakhe;


Umoya wami wonakele, izinsuku zami ziphelile, amathuna alungiselwe mina.


Ugcina umphefumulo wakhe egodini nokuphila kwakhe ukuba kungabhubhi ngenkemba.


Iyakukhulula umphefumulo wayo ekuyeni egodini, nokuphila kwayo kuyobona ukukhanya.


Khumbula ukuthi ukuphila kwami kungumoya; iso lami alisayikubona okuhle.


Umphefumulo wabo wenyanya inyama yonke; basebesondela emasangweni okufa.


Ngokuqondene nemisebenzi yabantu, ngezwi lezindebe zakho ngizigcinile ezindleleni zomchithi.


Jehova, uwuphakamisile umphefumulo wami eHayidese; Wangigcina ngiphila, ukuze ngingehlele egodini.


Ngokuba uJehova uyakudabula ukuba anqobe abaseGibithe; uma ebona igazi embundwini ongaphezulu nasezinsikeni zombili zomnyango, uJehova uyakudlula ngasemnyango, angamvumeli umchithi ukuba angene ezindlini zenu ukuba anihlule.


Ngathi ekujuleni kwezinsuku zami: Ngizakuya emasangweni eHayidese; ngiphangiwe insali yeminyaka yami.


Kwathi masinyane ingelosi yeNkosi yamshaya, ngokuba enganikanga uNkulunkulu udumo; wadliwa yizimpethu, waphuma.


Futhi ningabubuli njengabanye kubo bakhonona, babhujiswa ngumbhubhisi.


Zazinenkosi phezu kwazo, ingelosi yakwalasha, egama layo ngesiHeberu lingu-Abadoni, kepha ngesiGreki inegama lokuthi uApoliyoni.


UJehova uyaphilisa; wehlela eHayidesi, akhuphule;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka