Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 25:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kangakanani umuntu, eyimpethu? kanti indodana yomuntu iyimpethu?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Pho, kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu, nendodana yomuntu eyisibungu, na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu nje, nendodana yomuntu eyisibungu na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 25:6
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abrahama waphendula, wathi: “Bheka, nginqume ukukhuluma neNkosi, eluthuli nomlotha.”


Ngathi enkohlakalweni: Wena ungubaba; empethuni: Wena ungumama wami nodadewethu.


Kodwa uJobe waphendula wathi:


Kakhulu kangakanani ngalabo abahlala ezindlini zodaka, abazisekelo zabo zisothulini, abachotshozwayo phambi kwenundu?


Umuntu uyini ukuba umkhulise na? nokuthi uzobeka inhliziyo yakho kuye?


Kepha mina ngiyisibungu, angikho; ihlazo labantu nokudelelwa ngabantu.


Ungesabi wena sibungu Jakobe, nani madoda akwa-Israyeli! ngiyakusiza, usho uJehova, noMhlengi wakho, oNgcwele ka-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka