Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 22:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Yamukela umthetho ophuma emlonyeni wakhe, ugcine amazwi akhe enhliziyweni yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Mawamukele umthetho emlonyeni wakhe, ubeke amazwi akhe enhliziyweni yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 Ake wemukele imfundiso ephuma emlonyeni wakhe, ubeke amazwi akhe enhliziyweni yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 22:22
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wakhuleka kuye, wamncenga, wezwa ukunxusa kwakhe, wambuyisela eJerusalema embusweni wakhe. UManase wazi ukuthi uJehova unguNkulunkulu.


Angibuyanga emyalweni wezindebe zakhe; amazwi omlomo wakhe ngawenza ngaphezu kokudla kwami.


Khona bengiyakududuzeka; yebo, bengizozenza lukhuni ngosizi; makangayeki; ngoba kangiwafihlanga amazwi oNgcwele.


Izwi lakho ngalifihla enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe.


Makungasuki emehlweni akho; zigcine enhliziyweni yakho.


Futhi wangifundisa, wathi kimi: Inhliziyo yakho mayigcine amazwi ami; gcina imiyalo yami nokuphila.


Amazwi akho afunyanwa, ngawadla; izwi lakho laba yintokozo kimi nentokozo yenhliziyo yami, ngokuba igama lakho labizwa phezu kwami, Jehova Nkulunkulu Sebawoti.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, thatha onke amazwi ami engiyakuwakhuluma kuwe enhliziyweni yakho, uwezwe ngezindlebe zakho.


Umuntu omuhle emfuyweni enhle yenhliziyo ukhipha okuhle, nomuntu omubi emfuyweni embi ukhipha okubi.


Wayesethi kubo: “Ngakho wonke umbhali ofundisiwe embusweni wezulu ufana nomuntu umninindlu okhipha engcebweni yakhe izinto ezintsha nezindala.


Kodwa uMariya wagcina zonke lezizinto, ezindla ngakho enhliziyweni yakhe.


Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela, kepha unina wawagcina onke lawo mazwi enhliziyweni yakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka