Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 21:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 UNkulunkulu uyabagcinela abantwana bakhe ububi bakhe; Uyaphindisela, futhi uzokwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 UNkulunkulu ubekela abantwana babo ububi babo; yebo, kodwa makabuphindisele kubo uqobo ukuba babazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 UNkulunkulu ukubekele abantwana bazo ukukhohlakala kwazo, kodwa makabuphindisele kuzo uqobo, ukuze zikwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 21:19
23 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma wenza kahle, awuyikwamukeleka na? uma ungenzi okuhle, isono sihlezi ngasemnyango. Futhi emva kwakho kuyoba isifiso sakhe, futhi uyobusa phezu kwakhe.


Futhi ngibuthakathaka namuhla, noma ngagcotshwa njengenkosi; lawa madoda, amadodana kaSeruya, alukhuni kimi; uJehova uyakubuyisela umenzi wobubi njengobubi bakhe.


Khona-ke kumelwe ulahle igolide njengothuli negolide lase-Ofiri njengamatshe emithombo.


Uyakuphindisela izitha zami kabi; babhubhise eqinisweni lakho.


Ungazikhothameli, ungazikhonzi, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wakho nginguNkulunkulu onomhawu, ohambela ububi bawoyise kubantwana, kwesesithathu nesesine isizukulwane sabangizondayo.


Lungiselelani abantwana bakhe ukuhlaba ngenxa yobubi bawoyise; funa bavuke badle izwe, bagcwalise ubuso bomhlaba ngemizi.


Ngalezonsuku kabasayikuthi: Oyise badla isivini esimuncu, amazinyo abantwana aba buthuntu.


Bheka-ke, uma izala indodana ebona zonke izono zikayise azenzile, iqaphele, ingenzi okunjalo,


Litshoni ukuthi likhuluma lesi saga ngezwe lakoIsrayeli esithi: Oyise badlile izithelo zomvini ezimunyu, lamazinyo abantwana aba buthuntu?


Khona lizabuya, lihlukanise phakathi kolungileyo lomubi, phakathi kokhonza uNkulunkulu lalowo ongamkhonziyo.


UJehova uyabekezela, unomusa omkhulu, othethelela ububi neziphambeko, angahlambululi onecala nangayiphi indlela, ahambele ububi bawoyise kubantwana kuze kube isizukulwane sesithathu nesesine.


Ngokuba iNdodana yomuntu iyakuza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi zayo; khona-ke iyakuvuza yilowo nalowo ngesenzo sakhe.


Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu;


Ngokuba yena ongasazi isono wamenza isono esikhundleni sethu; ukuze senziwe ukulunga kukaNkulunkulu kuye.


Akubekelwanga yini kimi, kwabekwa uphawu phakathi kwengcebo yami na?


Lapho ngilola inkemba yami ebenyezelayo, nesandla sami sibambe ukwahlulela; ngiyakuziphindiselela ezitheni zami, ngiphindisele kwabangizondayo.


U-Aleksandru, umkhandi wethusi wangenza okubi okuningi; uJehova makamnike ngokwemisebenzi yakhe;


Linikeni njengalokho lanivuza, niligcwalise ngokuphindwe kabili ngokwemisebenzi yalo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka