Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 20:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Izithelo zendlu yakhe ziyakumuka, nempahla yakhe iyakugobhoza ngosuku lolaka lwakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Imfuyo yendlu yakhe iyakumuka, inyamalale ngomuhla wentukuthelo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

28 Ifa lendlu yakhe liyoshabalala, linyamalale ngosuku lwentukuthelo kaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 20:28
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, izinsuku ziyeza, lapho konke okusendlini yakho nalokho oyihlo abakuqoqile kuze kube namuhla kuyakuthunjelwa eBabele; akuyikusala lutho, usho uJehova.


Abantwana bakhe bayofuna ukujabulisa abampofu, futhi izandla zakhe ziyobuyisela impahla yakhe.


Ugwinye ingcebo, futhi uyophinde ayikhafule; UNkulunkulu uyoyikhipha esiswini sakhe.


Ukuze ababi balondolozelwe usuku lokubhujiswa? bayokhishwa kuze kufike usuku lolaka.


Ngoba kungumlilo odla kuze kube sekubhujisweni futhi oyoqeda yonke imikhiqizo yami.


Okuvunwa kwakhe abalambileyo bayakudla, bathathe nasethangeni lameva, nabaphangi badle okuhle kwabo.


Inotho ayisizi ngosuku lolaka, kodwa ukulunga kophula ekufeni.


Isiliva labo negolide labo ngeke libe namandla okubasindisa ngosuku lolaka lweNkosi; kodwa umhlaba wonke uzaqedwa ngomlilo womhawu wakhe;


Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?


Izinkomo zakho ziyakuhlatshwa phambi kwamehlo akho, ungazidli; imbongolo yakho iyakuhlwithwa phambi kobuso bakho, ingabuyi kuwe; izimvu zakho ziyakunikwa izitha zakho, kepha awuyikuba nalutho. Ukuze abasindise.


Ngokuba ngehora linye ingcebo engaka isichithiwe. Bonke abaqhubi bemikhumbi, nesixuku sonke semikhumbi, namatilosi, nabo bonke abahweba olwandle bema kude;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka