UJeremiya 49:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Khala, Heshiboni, ngokuba i-Ayi ichithiwe; khalani, madodakazi aseRaba, bhinceni izingubo zokulila; dabukani, nigijimele ezintangweni; ngoba inkosi yabo iyoya ekudingisweni, nabapristi bayo nezikhulu zayo kanyekanye. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 “Hhewula, Heshiboni, ngokuba i-Ayi lichithekile, nikhale, madodakazi aseRaba, nibhince izindwangu zamasaka, nilile, nigijime phakathi kwezintango, ngokuba uMilikomu uyakuya ekuthunjweni, abapristi bakhe nezikhulu zakhe kanyekanye. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 “Khihla isililo, Heshibhoni, ngokuba i-Ayi ibhujisiwe, khalani, madodakazi aseRabha, nibhince indwangu eyisaka; nilile, nigijime phakathi kwezingange, ngokuba inkosi yalo izothunjwa, nabaphristi balo nezikhulu zalo, kanyekanye. Uka jalj uñjjattʼäta |