Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJeremiya 48:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Izwi lokumemeza livela eHoronayimi, ukubhujiswa nokubhujiswa okukhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Izwi lokukhala livela eHoranayimi, ukuchithwa nokuqothulwa okukhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Umsindo wokukhala okulusizi uvela eHoranayimi, incithakalo, incithakalo enkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJeremiya 48:3
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wenyukela eBayiti naseDiboni ezindaweni eziphakemeyo ukuyokhala; UMowabi uyakukhala eNebo naseMedeba; kuwo wonke amakhanda abo kuyoba yimpandla, nazo zonke izilevu ziyogundwa.


Inhliziyo yami izokhalela uMowabi; ababaleki bakhe bayakubalekela eSowari, ithokazi elineminyaka emithathu; ngoba endleleni yaseHoronayimi bayakumemeza ukukhala kwencithakalo.


Ngokuba isililo sazungeza imikhawulo yakwaMowabi; ukukhala kwakhe kwaze kwaba se-Eglayimi, nokukhala kwakhe kwaze kwaba seBerelimi.


Ngalokho ngathi: “Ningangibheki; Ngiyakukhala kamunyu, ngingakhathali ukungiduduza, ngokuphangwa kwendodakazi yabantu bami.


Lowo muntu makabe njengemizi uJehova ayichitha, engazisolanga;


Usho kanje uJehova; Bheka, amanzi akhuphuka enyakatho, abe nguzamcolo okhukhulayo, akhukhule izwe nakho konke okukulo; umuzi nabakhileyo kuwo, khona-ke abantu bayokhamuluka, bakhale bonke abakhileyo ezweni.


Kusukela ekumemezeni kusukela eHeshiboni kuze kube se-Elale naseJahazi, baphakamisa izwi labo, kusukela eSowari kuze kube seHoronayimi, njengethokazi elineminyaka emithathu; ngokuba amanzi aseNimrimi ayakuba yihlane.


UMowabi uyachithwa; abancane bakhe bakhala.


Ngokuba emmangweni waseLuhiti kuyakuba khona ukukhala njalo; ngoba ekwehleni kweHoronayimi izitha zezwa ukukhala kwencithakalo.


Kuvela umsindo wokumemeza ovela eBhabhiloni, nokubhujiswa okukhulu okuvela ezweni lamaKaledi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka